ZULU
q7HW1owemkM
Isizulu
Zulu kaMalandela ngokulandela izinkomu zamadoda, Zulu omnyama ondlela zimhlophe, Wena kaPhunga noMageba, Wena kaMjokwane kaNdaba, Wena wenkayishana kaMenzi eyaphuza umlaza ngameva, S’thuli sikaNdaba, S’thuli sikaNkobane, Wena kasihhawuhhawu siyinkondlo bayikhuzile ngoba ikhuzwe abaphansi nabaphezulu, Wena kanogwaja omuhle ngomlenze, Wena KaMbambelashoba, Ndabezitha!